Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 20:31 - IsiZulu 2020

31 Lapho abakwaBhenjamini bephuma ukuyokulwa nabakwa-Israyeli, yabaheha eyakwa-Israyeli ukuba baqhele emzini. AbakwaBhenjamini baqala ukubulala, nokulimaza amabutho, kwasala amadoda angama-30 akwa-Israyeli enkundleni, emigwaqweni, nasendleleni eqonde eBhethele naseGibheya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Abantwana bakwaBenjamini baphuma ukulwa nabantu, badonswa, baphuma emzini; baqala ukubulala nokuceka abantu njengakwezinye izikhathi emendweni, omunye okhuphukela eBethele, omunye oya eGibeya ensimini, kungathi amadoda angamashumi amathathu kwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Abantwana bakwaBenjamini baphuma ukulwa nabantu, basuswa emzini; baqala ukuhlasela nokubulala abanye babantu njengakuqala emigwaqweni emikhulu, omunye wabo okhuphukela endlini kaNkulunkulu, omunye eGibeya endle, kungathi amadoda angamashumi amathathu akwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 20:31
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

badlula entubeni, ebusuku bahlala eGebha; iRama liyathuthumela, iGibheya likaSawule lithi galo yephuka.


Amadoda ase-Ayi abulala amabutho angama-36 empi yakwa-Israyeli, ayixosha eyisusa ngasesangweni yaze yayofika eShebharimi, ababulala emthambekeni. Izinhliziyo zabantu zadikibala, zaphelelwa ngamandla.


Akusalanga namunye e-Ayi noma eBhethele lapho bephumela ukuyoxosha abakwa-Israyeli, bawashiya amasango ethe gengelezi.


Abakwa-Israyeli base bekhuphuka bayolwa nabakwaBhenjamini ngosuku lwesithathu, bazihlela ngezinhla njengakuqala, balwa neGibheya.


AbakwaBhenjamini bathi: “Bayawa ngenkemba phambi kwethu njengakuqala.” Kodwa abakwa-Israyeli bona bathi: “Masihlehle, yikhona sizobandonsela kude nomuzi, baye emigwaqweni.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ