AbAhluleli 20:13 - IsiZulu 202013 Manje, lethani lezo zigilamkhuba eziseGibheya ukuze sizibulale, sisuse ububi kwa-Israyeli.” Kodwa abakwaBhenjamini abafunanga ukulalela abafowabo bakwa-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Ngalokho khiphani labo bantu, abantu ababi, abaseGibeya, ukuba sibabulale, sixoshe ububi kwa-Israyeli.” Kepha uBenjamini kavumanga ukulalela izwi labafowabo, abantwana bakwa-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202413 Manje siphe amadoda, amadodana kaBheliyali, aseGibeya, ukuze siwabulale, sisuse ububi kwa-Israyeli. Kepha abantwana bakwaBenjamini abavumanga ukulalela izwi labafowabo, abantwana bakwa-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lowo mphrofethi noma lowo mphuphi wamaphupho uyobulawa, ngokuba ukhulume okunihlubukisa kuSimakade uNkulunkulu wenu owanikhipha eGibhithe. Ngokuba nahlengwa endlini yobugqila, ukuba ningaphambukiswa endleleni uSimakade uNkulunkulu wenu aniyala ukuba nihambe ngayo. Niyobususa lobo bubi phakathi kwenu.