Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 20:12 - IsiZulu 2020

12 Izizwana zakwa-Israyeli zathuma abantu kuso sonke isizwana sakwaBhenjamini, zathi: “Bubi buni lobu obenziwe phakathi kwenu, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Izizwe zakwa-Israyeli zathuma abantu emindenini yonke yakwaBenjamini, zathi: “Ububi buni lobu obenziwe phakathi kwenu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Izizwe zakwa-Israyeli zathuma amadoda esizweni sonke sakwaBenjamini, ukuba athi: “Bububi buni lobu obenziwe phakathi kwenu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 20:12
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uma kungenzeka, hlalani ngokuthula nabantu bonke.


uyohlola, uphenyisise, ubuzisise. Bheka, uma kuyiqiniso ukuthi leso sinengiso senziwe phakathi kwenu,


“Kuyothi lapho ususondele emzini oyolwa nawo, umemezele ukuthula kuwo.


Wonke amadoda akwa-Israyeli abuthana ukuze ahlasele umuzi, ehlangene eyimbumba.


Manje, lethani lezo zigilamkhuba eziseGibheya ukuze sizibulale, sisuse ububi kwa-Israyeli.” Kodwa abakwaBhenjamini abafunanga ukulalela abafowabo bakwa-Israyeli.


Abozalo lukaBhenjamini bezwa ukuthi abantu bakwa-Israyeli bakhuphukele eMizpha. Abantu bakwa-Israyeli bathi: “Sitshele, lobu bubi benzeke kanjani, na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ