AbAhluleli 19:10 - IsiZulu 202010 Indoda yenqaba ukuphinde ilale ngalobo busuku, yasukuma yahamba, yaze yafika maqondana neJebusi, okuyiJerusalema. Yayihamba nesancinza sayo nezimbongolo ezimbili eziboshelwe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Kepha akavumanga lowo muntu ukuhlala lobo busuku, kodwa wavuka wahamba, wafika malungana neJebusi eliyiJerusalema; kwakukhona naye izimbongolo ezimbili ziboshelwe izihlalo; nesancinza sakhe sasinaye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202410 Kodwa lo muntu akathandanga ukuhlala ngalobo busuku, kodwa wasuka wahamba, wafika eJebusi, okuyiJerusalema; futhi wayeboshelwe izimbongolo ezimbili; nesancinza sakhe sasinaye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lapho indoda nesancinza sayo, nenceku yayo, besukuma ukuba bahambe, umukhwe wayo, uyise wentombi wathi kuyo: “Bheka, ilanga seliyashona, sekuzakuhwalala; ake nilale lapha ngalobu busuku. Uyabona ilanga seliyashona. Hlala lapha ukuba inhliziyo yakho ithokoze, nivuke ngovivi kusasa ningene indlela, nibuyele ekhaya.”