AbAhluleli 18:5 - IsiZulu 20205 Athi kuyo: “Ake usibuzele kuNkulunkulu ukuthi uhambo esiluthathile luzoba yimpumelelo yini, na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Base bethi kuye: “Ake umbuze uNkulunkulu ukuze sazi uma indlela yethu esiyihambayo iyakuba nempumelelo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 Basebesithi kuye: Cela iseluleko kuNkulunkulu, ukuze sazi ukuthi indlela esihamba ngayo izaphumelela yini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Inkosi u-Ahazi yamyala u-Uriya, umphristi, yathi: “E-althare elikhulu shisa umnikelo wokushiswa wasekuseni, umnikelo wokusanhlamvu wakusihlwa, umnikelo wokushiswa wenkosi, nomnikelo wayo wokusanhlamvu nomnikelo wokushiswa wabo bonke abantu abasezweni: umnikelo wabo wokusanhlamvu, neminikelo yabo yokuphuzwayo. Ulifafaze ngalo lonke igazi lomnikelo wokushiswa, nalo lonke igazi lomhlatshelo, kodwa i-althare lethusi lizokuba ngelami, ukubuza izinto kulo.”