Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 18:13 - IsiZulu 2020

13 Asuka lapho, aqhubekela kwelezintaba kwa-Efrayimi, aze afinyelela endlini kaMikha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Basuka khona, baya ezintabeni zakwa-Efrayimi, bafika endlini kaMika.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Basuka lapho, baya ezintabeni zakwa-Efrayimi, bafika endlini kaMika.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 18:13
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bamngcwaba eThiminathi Sera eyifa lakhe, ekwelezintaba kwa-Efrayimi, enyakatho yentaba iGahashi.


U-Eleyazare indodana ka-Aroni wafa; bamngcwaba eGibheya umuzi kaFinehasi indodana yakhe, ayewunikiwe kwelezintaba kwa-Efrayimi.


Kwakukhona umuntu kwelezintaba kwa-Efrayimi ogama lakhe kunguMikha.


Enyuka, akanisa eKiriyathi Jeharimi kwaJuda; ngalokho bayibiza leyo ndawo ngokuthi yiMahane Dani kuze kube yinamuhla; isentshonalanga yeKiriyathi Jeharimi.


Amadoda ayisihlanu ayekade ezohlola iLayishi athi kubafowabo: “Niyazi nje ukuthi kulezi zindlu kukhona ingubo yamahlombe, netherafimi nesithombe esibaziweyo nesibunjiweyo, na? Cabangisisani ukuthi nizokwenzenjani.”


Ngalezo zinsuku, kwakungekho nkosi kwa-Israyeli. Kwasuka umLevi othile owayegogobele endaweni ekude kwelezintaba kwa-Efrayimi, wazithathela isancinza eBhethlehema kwaJuda.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ