Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 16:8 - IsiZulu 2020

8 Amakhosi amaFilisti aletha kuye izintambo ezintsha eziyisikhombisa ezingakomiswa, wambopha ngazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Amakhosi amaFilisti ayeseletha kuye izinsinga eziyisikhombisa ezimanzi ezingakomi, wambopha ngazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Izikhulu zamaFilisti zamlethela imifino eyisikhombisa eyomileyo, wambopha ngayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 16:8
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngathola okumuncu okwedlula ukufa: owesifazane onenhliziyo ewugibe nenethi, ozandla zakhe ziyizibopho; othokozisa uNkulunkulu uyasinda kuye, kodwa isoni uyasibamba.


USamsoni wathi kuye: “Uma bengangibopha ngezintambo ezintsha eziyisikhombisa ezingakomiswa, ngiyakuba ntekenteke, ngifane nawo wonke umuntu.”


Amadoda ayesophe ukumbulala ayesegumbini lakhe elingaphakathi, elinde khona, wayesethi kuye: “AmaFilisti aphezu kwakho, Samsoni!” Kepha wazigqabula kalula nje izintambo kwangathi umucu kahalibhoma lapho ushiswa ngumlilo. Ngakho-ke imfihlo yamandla akhe ayaziwanga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ