Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 16:23 - IsiZulu 2020

23 Amakhosi amaFilisti abuthanela ukuzokwenza umhlatshelo omkhulu kunkulunkulu wawo uDagoni, nokuba athokoze, ngokuba ayethi: “Unkulunkulu wethu unikele uSamsoni isitha sethu esandleni sethu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Amakhosi amaFilisti abuthana ukuba ahlabele uDagoni unkulunkulu wawo umhlatshelo omkhulu, athokoze, ngokuba athi: “Unkulunkulu wethu unikele uSamsoni isitha sethu esandleni sethu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Izikhulu zamaFilisti zabuthana ukuba zenze umhlatshelo omkhulu kuDagoni unkulunkulu wazo, zijabule; ngoba bathi: Unkulunkulu wethu unikele isitha sethu uSamsoni esandleni sethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 16:23
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Azibeka izikhali zakhe endlini yonkulunkulu bawo, achoma ikhanda lakhe endlini kaDagoni.


Ungathokozi lapho isitha sakho siwa, nenhliziyo yakho mayingajabuli ngokukhubeka kwaso,


Isizwe sake sabalahla yini onkulunkulu baso, noma bengesibo onkulunkulu na? Kepha isizwe sami silulahlile udumo lwaso ngokungenanzuzo.


Nakuba bonke abantu behamba kube yilowo nalowo egameni likankulunkulu wakhe, kodwa thina siyakuhamba egameni likaSimakade uNkulunkulu wethu, kuze kube phakade.”


Qha, kodwa ngithi: lokho okuhlatshwa ngabezizwe bakuhlabela amadimoni, kabakuhlabeli uNkulunkulu. Kangithandi ukuba nibe nenhlanganyelo namadimoni.


Izinwele ekhanda lakhe zaqala ukuhluma emveni kokuphucwa.


Amnquma ikhanda, athatha izikhali zakhe, athumela ezweni lamaFilisti ukumemezela yonke indawo endlini yezithombe zawo nakubantu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ