Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 16:21 - IsiZulu 2020

21 AmaFilisti ambamba, amkhipha amehlo, amehlisela eGaza, ambopha ngamaketanga ethusi. Wagwedla isigayo ejele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 AmaFilisti ambamba, awakhipha amehlo akhe; amehlisela eGaza, ambopha ngamaketanga; wasila etilongweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 AmaFilisti amthatha, amkhipha amehlo, amyisa eGaza, ambopha ngamaketanga ethusi; waphela amandla etilongweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 16:21
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaZedekiya abulawa phambi kwakhe, uZedekiya amkhipha amehlo, ambopha ngamaketanga, amyisa eBhabhele.


USimakade wabehlisela abakhuzi bempi yenkosi yase-Asiriya. Zambamba uManase, zambopha ngamaketango nangozankosi, zamyisa eBhabhele.


Amakhosi abo bawabophe ngamaketanga, nabadumileyo babo, ngezibopho zensimbi,


Wonke amazibulo eGibhithe azokufa, kusukela ezibulweni likaFaro ohleli esihlalweni sobukhosi kuya ezibulweni elizalwa ngowesifazane oyisigqila ogwedla isigayo, nawo wonke amazibulo emfuyo.


Umuntu ohlehlayo uyothola umvuzo wezindlela zakhe, kodwa olungileyo uvuna akutshalileyo.


Bonke abazisondeza kuye ababuyi, abafinyeleli emikhondweni yokuphila,


Isikhohlakali siyakubhajwa ekukhohlakaleni kwaso, sibhajwe yizintambo zesono saso.


Thatha amatshe okusila, ugaye impuphu, susa imvakazi yakho, ukhumule ingubo yakho, wembule imilenze, uwele imifula.


UZedekiya yamkhipha amehlo, yambopha ngamaketanga, wayiswa eBhabhele.


Izinsizwa zithwaliswa amatshe okusila. Abafana babhamazeliswa yimithwalo yezinkuni.


Futhi awusingenisile ezweni elichichima ubisi noju, awukasiniki ifa lethu lamasimu nezivini; usuzama ukukhohlisa laba bantu na? Ngeke neze sikhuphuke.”


Ababili bayakube begaya etsheni lokusila; omunye uyakuthathwa, omunye ashiywe.


UDelila wayesethi: “AmaFilisti aphezu kwakho, Samsoni.” Lapho evuka ebuthongweni wathi: “Ngizophuma njengasesikhathini esedlule, ngizithintithe.” Wayengazi ukuthi uSimakade umshiyile.


Izinwele ekhanda lakhe zaqala ukuhluma emveni kokuphucwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ