AbAhluleli 16:17 - IsiZulu 202017 Ngakho-ke wayesemtshela yonke imfihlo yakhe, wathi kuye: “Ikhanda lami alikaze liphucwe ngensingo, ngokuba ngingumnaziri kaNkulunkulu kwasesibelethweni sikamame. Uma ngigundwa ayophela amandla ami, ngibe ntekenteke, ngifane nabo bonke abantu.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE17 Wamtshela inhliziyo yakhe yonke, wathi kuye: “Akuthintanga mpuco ekhanda lami, ngokuba bengingumNaziri* kaNkulunkulu kwasesizalweni sikamame; uma ngiphuculwa, amandla ami ayakumuka kimi, ngiyakuba buthakathaka, ngibe njengomunye umuntu.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202417 wamtshela inhliziyo yakhe yonke, wathi kuye: “Akuzange kufinyelelwe mpuco ekhanda lami; ngoba ngangingumNaziri kaNkulunkulu kwasesizalweni sikamama. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |