AbAhluleli 15:19 - IsiZulu 202019 UNkulunkulu wavula umgodi eLehi, kwaphuma amanzi kuwo. Esephuzile abuya amandla akhe, wavuseleleka. Ngakho-ke leyo ndawo yabizwa ngokuthi yi-Eni Hakhore, isekhona eLehi kuze kube namuhla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 Kodwa uNkulunkulu wadabula isigoxi esiseLehi, kwaphuma amanzi kuso; lapho esephuzile, umoya wakhe wabuya, wahlumeleleka; ngalokho igama laso labizwa ngokuthi i-Eni Hakore eliseLehi kuze kube namuhla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202419 Kodwa uNkulunkulu wadabula igodi elisemhlathini, kwaphuma amanzi kuyo; kwathi esephuzile, umoya wakhe wabuya, waphila; ngalokho waqamba igama layo ngokuthi i-Eni-Hakore, eseLehi kuze kube namuhla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |