AbAhluleli 15:18 - IsiZulu 202018 Ngaleso sikhathi wayesomile kakhulu, wakhala kuSimakade wathi: “Wenze lokhu kukhululwa okukhulu ngesandla senceku yakho. Sengizakufa yini ukoma bese ngiwela ezandleni zabangasokile, na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Wayesomile kakhulu, wakhala kuJehova, wathi: “Wenzile lokhu kukhululeka okukhulu ngesandla senceku yakho; kepha manje sengiyakufa ukoma, ngiwele esandleni sabangasokile.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202418 Futhi woma kakhulu futhi wabiza uJehova wathi: “Wena unike lokhu kukhululwa okukhulu esandleni senceku yakho; futhi manje ngizofa ngokoma futhi ngiwele esandleni sabangasokile na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |