AbAhluleli 15:1 - IsiZulu 20201 Sekwedlule isikhathi, ngesikhathi sokuvunwa kukakolo, uSamsoni wahamba wayovakashela umkakhe, ephethe izinyane lembuzi, wathi: “Ngivumele ngingene ekamelweni lomkami.” Kodwa umukhwe wakhe akamvumelanga ukuba angene. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Kodwa kwathi emva kwesikhathi, ngesikhathi sokuvuna ukolweni, uSamsoni wahambela umkakhe enezinyane lembuzi; wathi: “Ngiyakungena kumkami ekamelweni.” Kepha uyise kavumanga ukuba angene. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 Kwathi emva kwesikhashana, ngesikhathi sokuvuna ukolweni, uSamsoni wahambela umkakhe enezinyane lembuzi; wathi: Ngizongena ekamelweni nomkami. Kodwa uyise kazange avume ukuthi angene. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |