Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 14:8 - IsiZulu 2020

8 Emveni kwesikhathi wabuyela khona ukuze aganwe nguye. Waphambuka ukuyobheka isidumbu sengonyama. Bheka, kwakunequlu lezinyosi noju esidunjini sengonyama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Emva kwesikhathi wabuya ukuba amthathe, waphambuka ukuyobona isidumbu sengonyama; bheka, kwakukhona iqulo lezinyosi esidumbini sengonyama kanye noju.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kwathi emva kwesikhashana wabuya ukuyomthatha, waphenduka ukuze abone isidumbu sengonyama; bheka, kwakukhona uswebezane lwezinyosi noju emzimbeni wengonyama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 14:8
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJakobe wayesethi kuLabani: “Nginike umkami ukuze ngilale naye, ngokuba sesiphelile isikhathi esasivumelene ngaso.”


Uma uthole uju, yidla okwanele wena, funa lukucike, bese uphalaza.


Kuthe esazindla ngalokhu; bheka kwabonakala kuye ingelosi yeNkosi ephusheni, ithi: “Josefa, ndodana kaDavide, ungesabi ukumthatha uMariya abe ngumkakho, ngokuba lokho akukhulelweyo kungokukaMoya oNgcwele.


Wayesehla, wakhuluma nowesifazane, wamgculisa lowo owesifazane uSamsoni.


Wazitapa ngezandla zakhe, waqhubeka ehamba edla. Lapho efika kuyise nonina, wabanika nabo badla, kodwa akabatshelanga ukuthi uju wayelutape esidunjini sengonyama.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ