Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 14:13 - IsiZulu 2020

13 Kepha uma nehluleka ukungichazela yona, niyonginika izingubo zelineni ezingama-30 nezingubo zokuphendulela ezingama-30.” Zathi kuye: “Sitshele imfumbe yakho sifuna ukuyizwa.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 kepha uma ningenakuyiqandela kimi, niyakunginika amayembe angamashumi amathathu nezingubo zokuphendulela ezingamashumi amathathu.” Bathi kuye: “Yisho imfumbe yakho ukuba siyizwe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kodwa uma ningakwazi ukungichazela, kumelwe ninginike izilenge ezingamashumi amathathu nezinye izingubo ezingamashumi amathathu. Bathi kuye: “Shiya imfumbe yakho, sizwe yona.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 14:13
2 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USamsoni wathi kuzo: “Ake ngininike imfumbe, ngibone ukuthi ningangichazela yini yona ngezinsuku eziyisikhombisa zedili. Uma nikwazile ngizoninika izingubo zelineni ezingama-30 nezingubo zokuphendulela ezingama-30.


Wayesethi kuzo: “Kodlayo kwaphuma ukudla, konamandla kwavela okumnandi.” Ezinsukwini ezintathu azikwazanga ukuyichaza imfumbe leyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ