AbAhluleli 13:23 - IsiZulu 202023 Kepha umkakhe wathi kuye: “Ukuba uSimakade ubeqonde ukusibulala, ubengeke awemukele umnikelo wokushiswa nowokusanhlamvu ophuma ezandleni zethu, noma asikhombise konke lokhu, futhi ubengeke asitshele izinto ezifana nalezi.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE23 Kepha umkakhe wathi kuye: “Uma uNkulunkulu ebethanda ukusibulala, nga engamukelanga esandleni sethu umnikelo wokushiswa nomnikelo wempuphu, futhi nga engasibonisanga konke lokho, nga engasitshelanga izinto njengalezi.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202423 Kodwa umkakhe wathi kuye: “Uma uJehova ebethanda ukusibulala, nga ngawamukelanga esandleni sethu umnikelo wokushiswa nomnikelo womlilo, futhi ubengasivumelanga ukuba sizibone zonke lezi zinto, njenganamuhla. Asikhulumanga izinto ezinje. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |