AbAhluleli 13:21 - IsiZulu 202021 Ingelosi kaSimakade ayiphindanga yabonakala futhi kuManowa nomkakhe. UManowa wayeseqonda ukuthi bekuyingelosi kaSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Kepha ingelosi kaJehova ayiphindanga ukubonakala kuManowa nomkakhe. Khona uManowa waqonda ukuthi yingelosi kaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202421 Kodwa ingelosi kaJehova ayisabonakalanga kuManowa nomkakhe. UManowa wazi ukuthi uyingelosi kaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |