AbAhluleli 13:18 - IsiZulu 202018 Kepha ingelosi kaSimakade yathi kuye: “Ulibuzelani igama lami, na? Liyisimangaliso!” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Ingelosi kaJehova yathi kuye: “Ubuzelani igama lami, lokhu liyimfihlakalo, na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202418 Ingelosi kaJehova yathi kuye: “Ubuzelani kanjalo ngegama lami, lokhu liyimfihlo na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
AbaLevi: uJeshuwa, uKadimiyeli, uBhani, uHashabhineya, uSherebhiya, uHodiya, uShebhaniya noPhethahiya, bama kwenye indawo ephakeme, bamemeza bathi: “Sukumani nidumise uSimakade uNkulunkulu wenu, kusukela phakade, kuze kube phakade.” “Malibongwe iGama lakho elidumisekayo neliphakeme phezu kwakho konke ukubonga nokudumisa.”