Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 11:5 - IsiZulu 2020

5 Kwathi lapho abakwa-Amoni belwa nabakwa-Israyeli, amalunga akwaGileyadi ahamba ukuyolanda uJeftha eThobi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Bathi abantwana bakwa-Amoni belwa no-Israyeli, amalunga akwaGileyadi aya amlanda uJefta ezweni laseThobi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kwathi lapho abantwana bakwa-Amoni belwa no-Israyeli, amalunga akwaGileyadi aya ukumlanda uJefta ezweni laseThobi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 11:5
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abakwa-Amoni babona ukuthi bazenze isinengiso kuDavide, base bethumela, baqasha ama-Aramu aseBhethi Rehobhe nama-Aramu aseZobha, imigundatshani eyizi-20 000, nenkosi yaseMahakha nabantu bayo abayinkulungwane, namadoda aseThobhi ayizi-12 000.


Abakwa-Amoni baphuma, bahlela impi esikhaleni sesango; ama-Aramu aseZobha naseRehobhe, namadoda aseThobhi, nawaseMahakha babebodwa endle.


Abakwa-Amoni bawela iJordani ukuyolwa noJuda, noBhenjamini, nabendlu ka-Efrayimi, u-Israyeli wakhathazeka kakhulu.


Emveni kwesikhathi, abakwa-Amoni balwa nabakwa-Israyeli.


Athi kuJeftha: “Buya uzoba ngumkhuzi wempi yethu, ukuze silwe nabakwa-Amoni.”


Kepha abantu abakhohlakele, bathi: “Uyakusisindisa kanjani lona na?” Bambukela phansi, abaze bamnika sipho, kodwa wazithulela nje.


Abantu bathi kuSamuweli: “Ngubani othe uSawule uzobusa phezu kwethu, na? Baletheni lapha labo bantu sibabulale.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ