AbAhluleli 11:17 - IsiZulu 202017 Abakwa-Israyeli bathumela izithunywa enkosini yakwa-Edomi, bathi: ‘Sicela usivumele sidabule ezweni lakho,’ kodwa inkosi yakwa-Edomi ayifunanga ukubalalela. Babuye bathumela nasenkosini yakwaMowabi, kodwa nayo yenqaba, ngakho-ke abakwa-Israyeli bahlala eKadeshi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE17 u-Israyeli wathuma izithunywa enkosini yakwa-Edomi, wathi: ‘Ake ngidabule izwe lakho;’ kepha inkosi yakwa-Edomi ayilalelanga; nasenkosini yakwaMowabi wathuma kanjalo; kepha ayivumanga; u-Israyeli wayesehlala eKadeshi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202417 U-Israyeli wayesethuma izithunywa enkosini yakwa-Edomi ukuthi: ‘Mangidabule izwe lakho, kepha inkosi yakwa-Edomi ayilalelanga. Kanjalo bathumela enkosini yakwaMowabi, kepha ayivumanga; u-Israyeli wahlala eKadeshi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |