Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




AbAhluleli 1:35 - IsiZulu 2020

35 Ama-Amori aqhubeka ahlala entabeni iHeresi, e-Ayijaloni, naseShahalibhimi, kodwa abakwaJosefa bawacindezela kanzima ama-Amori, bawaphoqa ukuba abasebenzele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Kepha ama-Amori aphumelela ukuhlala entabeni yaseHeresi, nase-Ajaloni, naseShahalabimi; kodwa isandla sendlu kaJosefa sahlula, aze asetshenziswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

35 Kodwa ama-Amori ahlala entabeni yaseHeresi e-Ajaloni naseSaalbimi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




AbAhluleli 1:35
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

uBheni Dekeri eMakhasi, eShahalabimi, eBhethi Shemeshi, nase-Eloni Bhethi Hanani;


nabantwana babo, ababesele ezweni, abakwa-Israyeli abangakwazanga ukubaqeda nya, uSolomoni wabenza izisebenzi eziyizigqila kuze kube yinamuhla.


Ngosuku uSimakade anikela ngalo ama-Amori ku-Israyeli, uJoshuwa wakhuluma noSimakade ephambi kwabantu bakwa-Israyeli wathi: “Langa, yima nse eGibheyoni, nawe nyanga, esigodini i-Ayijaloni.”


Ama-Amori acindezela isizwe sakwaDani ukuba sihlale kwelezintaba, awaze asivumela ukwehlela esigodini.


Umngcele wama-Amori wawusuka wenyukele phezulu emsahweni e-Akhrabhimi, eSela, wenyuke.


U-Eloni umZebuloni wafa, wangcwatshwa e-Ayijaloni, lakwaZebuloni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ