Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 7:5 - IsiZulu 2020

5 “Hamba utshele inceku yami, uDavide, uthi: ‘Usho kanje uSimakade, uthi: “Uyakungakhela yini indlu ukuba ngihlale kuyo na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “Hamba uyitshele inceku yami uDavide ukuthi: ‘Usho kanje uJehova, uthi: Uyakungakhela indlu ukuba ngihlale kuyo na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Hamba utshele inceku yami uDavida ukuthi: Itsho njalo iNkosi: Wena uzakungakhela indlu yokuhlala?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 7:5
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha kwathi ngalobo busuku izwi likaSimakade lafika kuNathani, lathi:


Inkosi yayalela ukuba baqophe amatshe amakhulu, amatshe anenani elikhulu, ukuba babeke isisekelo sendlu ngamatshe abaziweyo.


“Kumi kanje maqondana nale ndlu oyakhayo: uma uyakuhamba ngezimiso zami, wenze izehlulelo zami, ugcine yonke imiyalo yami ukuba uhambe ngayo, ngiyakufeza kuwe izwi engalikhuluma kuDavide uyihlo:


“Hamba uyotshela uDavide, inceku yami, uthi: ‘Usho kanje uSimakade, uthi: “Wena awuyukungakhela indlu ukuba ngihlale kuyo,


Kepha uNkulunkulu wathi kimi: ‘Awuyukulakhela igama lami indlu, ngokuba wena uyindoda yempi, uchithe igazi.’


Amasu enhliziyo angawomuntu, kepha impendulo yolimi ivela kuSimakade.


Usho kanje uSimakade, uthi: “Izulu liyisihlalo sami sobukhosi, umhlaba uyisenabelo sezinyawo zami; iyiphi leyo ndlu eniyakungakhela yona, iyiphi indawo yami yokuphumula na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ