Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 3:37 - IsiZulu 2020

37 Ngalolo lusuku bonke abantu nawo wonke u-Israyeli bakuqonda ukuthi inkosi yayingenasandla ekubulaweni kuka-Abhineri, indodana kaNeri.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Base beqonda bonke abantu naye wonke u-Israyeli ngalolo suku ukuthi kwakungesikho okwenkosi ukubulala u-Abineri indodana kaNeri.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Ngoba sonke isizwe loIsrayeli wonke basebebona ngalolosuku ukuthi kwakungeyona indaba yenkosi ukubulala uAbhineri indodana kaNeri.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 3:37
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UShimeyi wathi lapho ethuka uDavide: “Suka, suka wena muntu wegazi, muntu ongelutho!


Bonke abantu bakubona lokho, kwaba kuhle emehlweni abo, konke eyakwenzayo inkosi kwathandeka kubo bonke abantu.


Inkosi yathi ezincekwini zayo: “Anazi yini ukuthi kufe umholi nomuntu omkhulu kwa-Israyeli namuhla na?


USimakade uzophindisela phezu kwakhe igazi lamadoda amabili alungileyo namahle kunaye awabulala ngenkemba, ubaba uDavide engazi ngalokho: u-Abhineri, indodana kaNeri, umkhuzi wempi yakwa-Israyeli, no-Amasa, indodana kaJetheri, umkhuzi wempi yakwaJuda.


Engxenyeni kaManase kwaGileyadi kungu-Ido, indodana kaZakhariya; kwabakwaBhenjamini kunguJahasiyeli, indodana ka-Abhineri;


Igama lomkaSawule ngu-Ahinohama, indodakazi ka-Ahimazi. Umkhuzi wempi yakhe kungu-Abhineri, indodana kaNeri uyisekazi kaSawule.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ