2 Samuweli 3:24 - IsiZulu 202024 UJowabe waya enkosini wathi kuyo: “Ukwenzeleni lokhu na? Bheka, u-Abhineri ubefikile kuwe; umyekeleni wahamba ngokuthula na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE24 UJowabe wayeseya enkosini, wathi: “Wenzeni na? Bheka, u-Abineri wafika kuwe; ummukiseleni wahamba nokuhamba na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202424 UJowabe wayesengena enkosini, wathi: “Wenzeni na? bheka, u-Abineri usefikile kuwe; umxosheleni, akasekho na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lawo mazwi ka-Ishi Bhoshethi amthukuthelisa kakhulu u-Abhineri, wayesethi: “Kanti mina ngiyikhanda lenja kuJuda yini na? Kuze kube namuhla, ngisalokhu ngikhombisa ukwethembeka kwabendlu kayihlo uSawule, kubafowabo nakubangani bakhe, angikaze ngikunikele esandleni sikaDavide. Manje usungibeka icala ngalo wesifazane!