Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 3:13 - IsiZulu 2020

13 Wathi: “Kulungile, ngizokwenza isivumelwano nawe, kodwa kunento eyodwa nje engiyifuna kuwe: ukuba ungalokothi uvele phambi kwami uma ungalethi uMikhali, indodakazi kaSawule, ngesikhathi uzongibona.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Wathi: “Kuhle; ngiyakwenza isivumelwano nawe, kepha yinto inye engiyifuna kuwe, ngeyokuthi awuyikubona ubuso bami, uma ungalethi kuqala phambi kwami uMikhali indodakazi kaSawule, lapho uzayo ukubona ubuso bami.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wathi: “Kuhle; Ngizokwenza isivumelwano nawe, kodwa yinye into engiyibiza kuwe, okungukuthi: Ngeke ububone ubuso bami, uma uletha kuqala uMikhali indodakazi kaSawule, lapho uzobona ubuso bami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 3:13
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJuda wathi kuye: “Lowaya muntu waseGibhithe wafunga wagomela, wathi: ‘Ngeke nibubone ubuso bami ngaphandle kokuba nibuye nomfowenu.’


Wathi ezincekwini zakho: ‘Uma ningezi nomfowenu omncane, ngeke niphinde nibubone ubuso bami.’


Thina sathi: ‘Asinakubuyela lapho uma umfowethu omncane engahambi nathi, ngokuba ngeke sibubone ubuso balowo muntu uma umfowethu omncane engekho.’


U-Abhineri wathumela izithunywa esikhundleni sakhe kuDavide, zayothi kuye: “Ngelikabani leli lizwe na? Yenza isivumelwano nami; bheka, isandla sami siyakuba nawe ukuba ngimlethe kuwe wonke u-Israyeli.”


Kwathi lapho umphongolo wesivumelwano sikaSimakade usungeniswa emzini kaDavide, uMikhali, indodakazi kaSawule, walunguza ngefasitela, wabona inkosi uDavide isina, igida; wayedelela enhliziyweni yakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ