Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 3:12 - IsiZulu 2020

12 U-Abhineri wathumela izithunywa esikhundleni sakhe kuDavide, zayothi kuye: “Ngelikabani leli lizwe na? Yenza isivumelwano nami; bheka, isandla sami siyakuba nawe ukuba ngimlethe kuwe wonke u-Israyeli.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 U-Abineri wayesethuma izithunywa kuDavide esikhundleni sakhe ngokuthi: “Ngelikabani izwe na?” ethi futhi: “Yenza isivumelwano nami; bheka, isandla sami siyakuba nawe ukubuyisela kuwe wonke u-Israyeli.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 UAbhineri wasethuma izithunywa kuDavida esikhundleni sakhe ukuthi: Ngelikabani ilizwe? futhi uthi: Yenza isivumelwano sakho nami; futhi bheka, isandla sami siyakuba nawe ukuletha wonke u-Israyeli kuwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 3:12
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Amasa waziguqula izinhliziyo zabo bonke abantu bakwaJuda, baba muntu munye, base bethumela enkosini, bethi: “Buya wena, nazo zonke izinceku zakho.”


Bheka, kwase kuza bonke abantu bakwa-Israyeli enkosini, bathi kuyo: “Kungani abafowethu bakwaJuda beyebile inkosi, bayiweza iJordani nabo bonke abendlu yayo, nabo bonke abantu bakaDavide ababenayo na?”


ngokuba uthande abakuzondayo, wazonda abakuthandayo. Ukwenze kwacaca namuhla ukuthi izikhulu nezinceku azilutho kuwe. Lokhu ngiyabona namuhla ukuthi ukuba u-Absalomu ubephilile, thina sonke safa namuhla, ngabe kulungile emehlweni akho.


U-Ishi Bhoshethi akazange amphendule futhi u-Abhineri nangelilodwa izwi, ngoba wayemesaba.


Wathi: “Kulungile, ngizokwenza isivumelwano nawe, kodwa kunento eyodwa nje engiyifuna kuwe: ukuba ungalokothi uvele phambi kwami uma ungalethi uMikhali, indodakazi kaSawule, ngesikhathi uzongibona.”


U-Abhineri wathi kuDavide: “Mangihambe ngiyoqoqa wonke u-Israyeli eze enkosini yami, inkosi, ukuze enze isivumelwano nawe, ubuse phezu kwakho konke njengalokhu kufisa inhliziyo yakho.” UDavide wamkhulula u-Abhineri, wahamba ngokuthula.


U-Abhineri esebuyele eHebhroni, uJowabe wambizela eceleni ngasesangweni ukuze akhulume naye ngasese. Wamgwaza esiswini wafela lapho, ngenxa yegazi lika-Asaheli umfowabo.


Inkosi yathi ezincekwini zayo: “Anazi yini ukuthi kufe umholi nomuntu omkhulu kwa-Israyeli namuhla na?


Abantukazana bangumoya nje, nezikhulu zingamabunga, uma bekalwa isilinganiso siyenyuka, kodwa bonke balula kunomoya.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ