Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 24:24 - IsiZulu 2020

24 Inkosi yathi ku-Arawuna: “Qha, kumele ngikuthenge nokukuthenga, ngikukhokhele inani elithile. Angiyukunikela kuSimakade uNkulunkulu wami ngeminikelo yokushiswa engeyesihle.” UDavide wayesethenga isibuya nezinkabi ngamashekeli esiliva angama-50.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Inkosi yathi ku-Arawuna: “Qha, ngiyakukuthenga nokukuthenga ngenani elithile; angiyikunikela ngeminikelo yokushiswa kuJehova uNkulunkulu wami engeyesihle.” UDavide wayesethenga isibuya nezinkabi ngamashekeli* angamashumi ayisihlanu esiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Inkosi yasisithi kuArawuna: Hatshi! kodwa ngiyakusithenga kuwe ngentengo; ngiyakunikela kuJehova uNkulunkulu wami iminikelo yokushiswa engeyize. UDavide wathenga isibuya nezinkabi ngamashekeli angamashumi ayisihlanu esiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 24:24
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Qha, nkosi yami, ngicela ungizwe kahle. Ngiyakunika le nsimu, futhi ngiyakunika nomgede okuyo. Ngikunika yona phambi kwabantu bakithi, mngcwabe umkakho kuyo.”


Wathi ku-Efroni bezwa bonke abantu balelo lizwe: “Ngilalele, ungizwe kahle mfowethu. Ngizokukhokhela yonke imali oyibizayo ngale nsimu. Vuma ukuba ngenze njalo, ukuze ngikwazi ukungcwaba umkami lapho.”


U-Abhrahama wavumelana no-Efroni, wayesembalela inani ayelibalulile phambi kwamaHithi, ngesisindo salo amashekeli ezinhlamvu zesiliva ezingama-400 ngokwezilinganiso ezazisetshenziswa ngabahwebi baleso sikhathi.


USathane wamelana no-Israyeli, wamyenga uDavide ukuba abale u-Israyeli.


UDavide wayesethi: “Le yindlu kaSimakade uNkulunkulu, leli yi-althare lomnikelo wokushiswa ka-Israyeli.”


Ningaphindisi okubi ngokubi, khuthalelani ukwenza okuhle phambi kwabantu bonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ