Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 23:13 - IsiZulu 2020

13 Kwase kwehla abathathu kwabangama-30, abayizinhloko, bafika kuDavide esemgedeni e-Adulamu ngesikhathi sokuvuna. Impi yamaFilisti yayikanise esigodini samaRefa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kwehla abathathu kwaba yizinhloko ezingamashumi amathathu, bafika kuDavide ngesikhathi sokuvuna emhumeni wase-Adulamu; impi yamaFilisti yayimise esiGodini samaRefa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kwehla abathathu kwabayizikhulu ezingamashumi amathathu, beza kuDavide ngesikhathi sokuvuna emhumeni wase-Adulamu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 23:13
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

AmaFilisti afika lapho, ayeseviva eSigodini samaRefa.


AmaFilisti abuye enyuka futhi, afika aviva esigodini samaRefa.


Kuyoba njengomuntu evuna amabele emazimbeni asamile, nengalo yakhe ivuna izikhwebu, nanjengokhothozayo esigodini samaRefa.


Nina zakhamuzi zaseMaresha, ngizakunithumelela futhi umthumbi, udumo luka-Israyeli luyakufika e-Adulami.


inkosi yaseLibhina: iyodwa; inkosi yase-Adulamu: iyodwa;


UDavide wasuka lapho, wabalekela emgedeni e-Adulamu. Abafowabo nabo bonke abendlu kayise bekuzwa lokho, behlela khona, baya kuye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ