Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 22:10 - IsiZulu 2020

10 Wadabula amazulu, wehla; isigayegaye sobumnyama sasiphansi kwezinyawo zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Wathobisa izulu, wehla; ubumnyama babuphansi kwezinyawo zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wawathoba amazulu, wehla; nobumnyama babuphansi kwezinyawo zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 22:10
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wayesekhuluma, ethi: “USimakade ushilo ukuthi uyakuhlala esigayegayeni.


Ubeka imishayo yezindlu zakhe emanzini, wenza amafu abe yinqola yakhe, uhamba ngamaphiko omoya,


Thobisa amazulu akho, Simakade, wehle, thinta izintaba, zithunqe.


Yena uphahlwe ngamafu nobumnyama, ukulunga nobulungiswa kuyisisekelo sesihlalo sakhe sobukhosi.


Ngosuku lwesithathu ekuseni, kwaba nokuduma, nombani, nefu elimnyama phezu kwentaba, nokukhala okukhulu kwecilongo, abantu bonke ababesenkanjini bathuthumela.


Kepha abantu bamela kude, kwaba nguMose kuphela osondela efini elimnyama lapho uNkulunkulu wayekhona.


Sinjengalabo ongazange ubuse phezu kwabo, nabangabizwanga ngeGama lakho.


USimakade uyaphuza ukuthukuthela, mkhulu ngamandla, impela onecala akayukumyeka angamjezisi, indlela kaSimakade isesivunguvungwini nasesiphephweni, amafu awuthuli lwezinyawo zakhe.


Kusukela ngehora lesithupha, kwaba mnyama ezweni lonke, kwaze kwaba yihora lesishiyagalolunye.


“Nasondela, nema phansi kwentaba; intaba yayivutha umlilo kuze kube semkhathini, inamafu amnyama nesigayegaye sobumnyama.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ