2 Samuweli 21:7 - IsiZulu 20207 Inkosi nokho yamshiya uMefibhoshethi, indodana kaJonathani kaSawule, ngenxa yesifungo kuSimakade abasenza esasiphakathi kwabo, phakathi kukaDavide noJonathani, indodana kaSawule. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Kepha inkosi yamyeka uMefibosheti indodana kaJonathani kaSawule ngenxa yesifungo sikaJehova esasiphakathi kwabo, phakathi kukaDavide noJonathani indodana kaSawule. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 Kodwa inkosi yamyeka uMefibosheti indodana kaJonathani indodana kaSawule ngenxa yesifungo sikaJehova esasiphakathi kwabo phakathi kukaDavide noJonathani indodana kaSawule. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |