2 Samuweli 21:10 - IsiZulu 202010 URizpha, indodakazi ka-Aya, wathatha indwangu eyisaka, wazendlalela yona edwaleni, kusukela ekuqaleni kokuvuna kwaze kwana izulu labanetha. Akazange avumele izinyoni zezulu ukuba zihlale phezu kwabo emini nezilwane zasendle ebusuku. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 URispa indodakazi ka-Aya wathatha indwangu yamasaka, wazendlalela yona edwaleni, kusukela ekuqaleni kokuvuna kuze kuthelwe phezu kwabo amanzi asezulwini; akavumelanga izinyoni zezulu ukuba zihlale phezu kwabo emini, nezilwane zasendle ebusuku. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202410 URispa indodakazi ka-Aya wathatha izingubo zokulila, wamendlalela zona edwaleni, kusukela ekuqaleni kokuvuna kwaze kwawa amanzi avela ezulwini phezu kwazo, akazivumelanga izinyoni zezulu ukuba ziphakame emini ukuba zikhuphuke. Phumula, nezilwane zasendle ebusuku. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |