2 Samuweli 20:19 - IsiZulu 202019 Mina ngingowokuthula nothembekile kwa-Israyeli. Kungani ufuna ukubhubhisa umuzi ongunina ka-Israyeli na? Yini ufune ukudla ifa likaSimakade na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 Mina ngingowokuthula nothembekileyo kwa-Israyeli; wena ufuna ukuchitha umuzi nonina kwa-Israyeli; uyakuligwinyelani ifa likaJehova na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202419 Ngingomunye wabathanda ukuthula nothembekileyo kwa-Israyeli; nifuna umuzi nomama kwa-Israyeli; Niyakushwabadelani ifa likaJehova na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngakho-ke inkosi yami, inkosi uSawule, mayizwe amazwi enceku yayo. Uma kunguSimakade okwenza ukuba umelane nami, makawamukele umnikelo, kodwa uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaSimakade, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingabi nenhlanganyelo efeni likaSimakade, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’