2 Samuweli 2:22 - IsiZulu 202022 U-Abhineri wabuye wathi ku-Asaheli: “Chezuka ungabe usangihubha; yini ufune ukuba ngikucekele phansi na? Ngiyombhekelwa ngubani umfowethu uJowabe na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 U-Abineri wabuye wathi ku-Asaheli: “Chezuka ekungilandeleni; yini ukuba ngikucekele phansi na? Ngingaphakamisa kanjani ubuso bami ngakuJowabe umfowenu na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202422 U-Abineri wabuye wathi ku-Asaheli: “Suka ekungisukeleni; kungani kufanele ngikushaye phansi? ngingabumisa kanjani ubuso bami kuJowabe umfowenu na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |