2 Samuweli 19:5 - IsiZulu 20205 UJowabe wangena endlini yenkosi, wathi kuyo: “Namuhla uzidumazile izinhliziyo zazo zonke izinceku zakho ezisindise ukuphila kwakho ngalolu lusuku, nokuphila kwamadodana namadodakazi akho, abafazi bakho nezancinza zakho, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 UJowabe wangena endlini enkosini, wathi: “Udumazile namuhla ubuso bazo zonke izinceku zakho ezisindisile ukuphila kwakho namuhla, nokuphila kwamadodana akho namadodakazi akho, nokuphila kwabafazi bakho, nokuphila kwezancinza zakho အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 UJowabe wayesengena endlini enkosini, wathi: “Ubujabhisile namuhla ubuso bezinceku zakho zonke ezisindisile ukuphila kwakho namuhla, nokuphila kwamadodana akho, namadodakazi akho, nokuphila kwawomkakho”, nokuphila kwezancinza zakho; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |