Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 19:41 - IsiZulu 2020

41 Bheka, kwase kuza bonke abantu bakwa-Israyeli enkosini, bathi kuyo: “Kungani abafowethu bakwaJuda beyebile inkosi, bayiweza iJordani nabo bonke abendlu yayo, nabo bonke abantu bakaDavide ababenayo na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Bheka, base befika bonke abantu bakwa-Israyeli enkosini, bathi enkosini: “Abafowethu amadoda akwaJuda bakwebeleni, bawelisa inkosi nabendlu yayo iJordani kanye nabo bonke abantu bakwaDavide benaye, na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Bheka, bonke abantu bakwa-Israyeli beza enkosini, bathi enkosini: “Abafowethu, abantu bakwaJuda, bakwebeleni, bawelisa inkosi nendlu yayo yonke iJordani kanye nawo wonke amadoda kaDavide na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 19:41
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi uDavide yathumela kuZadoki no-Abhiyathara, abaphristi, yathi: “Khulumani kumalunga akwaJuda, nithi: ‘Kungani ukuba nibe ngabokugcina ukubuyisela inkosi esigodlweni sayo, lokhu konke okushiwo ngu-Israyeli sekufinyelele enkosini nasendlini yayo na?


Ningabafowethu nina, ithambo nenyama yami, pho-ke kungani ukuba nibe ngabokugcina ukubuyisa inkosi na?’


Abantu bangena benyenya emzini ngalolo lusuku kungathi banamahloni, ngoba bebalekela impi.


Amadoda akwa-Efrayimi abizwa ukuba ahlome, ase ewelela eZafoni, athi kuJeftha: “Uweleleni wayokulwa nabakwa-Amoni, wangasibiza thina ukuba sihambe nawe, na? Sizoyithungela ngomlilo indlu yakho, iwele phezu kwakho.”


Abakwa-Efrayimi base bethi kuGideyoni: “Ukwenzeleni lokhu kithi, ukuba ungasibizi uma uyolwa nabakwaMidiyani, na?” Bamthethisa kakhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ