Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 17:12 - IsiZulu 2020

12 Siyakumhlasela noma kuphi lapho siyomfica khona, simthelekele kuhle kwamazolo ehlela emhlabathini; akanakuphunyuka, yena nabo bonke abanaye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Sesiyakumfikela endaweni ethile lapho engatholakala khona, simehlele njengokuwela kwamazolo emhlabathini; kuyena nabantu bonke abanaye asiyikushiya noyedwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngakho siyakuhlangana naye endaweni lapho ayotholakala khona, futhi siyokwehlela phezu kwakhe njengamazolo ewela emhlabathini; futhi kuye nakuwo wonke amadoda akanye naye akuyikusala neyodwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 17:12
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UBheni Hadadi wathumela kuyo, wathi: “Onkulunkulu mabenze kanjalo kimi, benezele futhi, uma uthuli lweSamariya lungeke lugcwale isandla kulowo nalowo muntu ongilandelayo.”


“ ‘Ngakho-ke ake uvumelane nenkosi yami, inkosi yase-Asiriya, mangikunike amahhashi ayizi-2 000, uma ungabeka abagibeli kuwo.


Ngemba, ngaphuza amanzi angaziwayo; ngomisa ngamathe onyawo lwami, yonke imifula eGibhithe.”


Abantu bakho bayokuza kuwe, behlobe ngemvunulo engcwele, bayovela njengombethe entathakusa.


Ukuqhosha kwenhliziyo yakho kukukhohlisile wena ohlala emifantwini yamadwala, ondawo yakho iphezulu, othi enhliziyweni yakho: Ngubani nje ongangehlisela phansi emhlabeni na?


Insali kaJakobe iyakuba phakathi kwezizwe eziningi njengamazolo avela kuSimakade, nanjengezihlambi otshanini ezingalindeli muntu, nezingahlaleli bantwana babantu.


Hlolani, nizazi zonke izindawo lapho ecasha khona, bese nibuya nize kimi nodaba olunesiqiniseko. Mina ngizohamba nani, uma esezweni, ngiyomfuna phakathi kwezinkulungwane zabakwaJuda.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ