Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 15:6 - IsiZulu 2020

6 U-Absalomu wayenza kanjalo kubo bonke abakwa-Israyeli ababeza enkosini ngamacala. U-Absalomu wazeba kanjalo-ke izinhliziyo zabantu bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wenze njalo u-Abisalomu kubo bonke abakwa-Israyeli abeza enkosini ngamacala; u-Abisalomu weba izinhliziyo zabantu bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 U-Abisalomu wenze njalo ku-Israyeli wonke abeza enkosini ukuba ahlulele; u-Abisalomu weba izinhliziyo zamadoda akwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 15:6
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwafika othile kuDavide wambikela, wathi: “Izinhliziyo zabantu bakwa-Israyeli zilandela u-Absalomu.”


Ukukhuluma komuntu ongenabunkulunkulu kuyambulala umakhelwane wakhe, kepha abalungileyo bakhululwa ngolwazi.


Ngabona abaphilayo behla benyuka phansi komthunzi welanga, belandela lowo muntu omusha owayezothatha isikhundla sobukhosi;


“Esikhundleni sakhe kuyakuvela odelelekileyo, abangamnikanga udumo lobukhosi; uyakufika ngesikhathi sokuthula, athathe umbuso ngobuqili.


ngokuba abanjalo abayizo izikhonzi zeNkosi yethu uKhristu, kepha bakhonza isisu sabo; kuthi ngamazwi ashelelayo nathophayo badukise izinhliziyo zabangenacala.


futhi ngenxa yobugovu babo, bayakunihlukumeza ngamazwi obuqili. Ukulahlwa kwabo okwamenyezelwa kusukela emandulo akulibali, nokubhujiswa kwabo akozeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ