Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 15:5 - IsiZulu 2020

5 Kwakuthi lapho kusondela noma ngubani ukuzomkhothamela, wayelula isandla sakhe, ambambe, amange.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kwathi lapho kusondela umuntu ukuba akhuleke kuye, waselula isandla sakhe, wambamba, wamanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kwathi lapho othile esondela kuye ukuze amdumise, welula isandla sakhe, wambamba, wamanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 15:5
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJowabe waya enkosini, wayibikela. Inkosi yambiza u-Absalomu, weza kuyo, wakhothama phambi kwayo wathi mbo ngobuso emhlabathini; inkosi yamanga u-Absalomu.


UJowabe wayesethi ku-Amasa: “Unjani mfowethu?” UJowabe wabamba u-Amasa isilevu, ngesandla sakhe sokunene, wamanga.


amazwi akhe abushelelezi kunamafutha, kodwa inhliziyo igaya izibozi.


Lapho ekhuluma ngendlela emnene, ungakholwa, ngokuba kunezinengiso eziyisikhombisa enhliziyweni yakhe.


Awunganganga, kepha lo wesifazane, yilokhu ngingenile, akazange ayeke ukwanga izinyawo zami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ