Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 15:15 - IsiZulu 2020

15 Izinceku zenkosi zathi enkosini: “Noma yini eyikhethayo inkosi yethu, inkosi, izinceku zakho zimi ngomumo ukuyenza.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Izinceku zenkosi zathi enkosini: “Noma yintoni engayikhetha inkosi yethu, inkosi bheka, nazi izinceku zakho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Izinceku zenkosi zathi enkosini: “Bheka, izinceku zakho zilungele ukwenza noma yini inkosi yami, inkosi, eyakunquma ngayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 15:15
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wayesethi ezincekwini zakhe zonke ezazinaye eJerusalema: “Sukani, masibalekeni, ngokuba uma singenzi kanjalo, akukho namunye ozophunyuka ku-Absalomu. Sheshisani sihambe, funa asificezele, asenzakalise, awubhubhise nalo muzi ngenkemba.”


Yayisiphuma inkosi, bonke abendlu bayo beyilandela. Inkosi yashiya abesifazane abayizancinza abalishumi ukuba banakekele isigodlo.


UZiba wathi enkosini: “Ngizokwenza njengakho konke inkosi yami, inkosi, eyale ngakho inceku yayo.” UMefibhoshethi uyakudla etafuleni lenkosi njengenye yamadodana enkosi.


Umuntu wabangani uzilimaza yena, kodwa umngani weqiniso uyanamathela ukwedlula izelamani.


Nina ningabangani bami, inqobo nje uma nenza lokhu enginiyala ngakho.


Udibi lwathi kuye: “Yenza konke okusenhliziyweni yakho: hamba; nginawe ngenhliziyo epheleleyo.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ