Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 14:33 - IsiZulu 2020

33 UJowabe waya enkosini, wayibikela. Inkosi yambiza u-Absalomu, weza kuyo, wakhothama phambi kwayo wathi mbo ngobuso emhlabathini; inkosi yamanga u-Absalomu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Wayeseya uJowabe enkosini, wayitshela; isimbizile u-Abisalomu, weza enkosini, wakhothamela kuyo, ubuso bakhe bubheke phansi, phambi kwenkosi; inkosi yamanga u-Abisalomu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

33 UJowabe wayeseya enkosini, wayitshela; esembizile u-Abisalomu, weza enkosini, wakhothamela phansi ngobuso phambi kwenkosi; inkosi yamanga u-Abisalomu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 14:33
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Isaka uyise wathi kuye: “Sondela ungange ndodana.”


Kepha u-Esawu wathathela ngejubane wamhlangabeza uJakobe umnawakhe, wafike wamgona, wamgomothela, wamanga, base bekhala.


Wabanga bonke abafowabo ngamunye, ekhala. Emveni kwalokho abafowabo baxoxa naye.


Kwakuthi lapho kusondela noma ngubani ukuzomkhothamela, wayelula isandla sakhe, ambambe, amange.


Bonke abantu bawela iJordani, nenkosi yawela. Inkosi yamanga uBharizilayi, yambusisa; wayesebuyela ekhaya.


Inkosi uSolomoni yayisithumela ukuba bamehlise e-althare. Wafika wakhuleka enkosini uSolomoni. USolomoni wathi kuye: “Hamba uye endlini yakho.”


Yayisisuka, yaya kuyise. Kepha kuthe isekude, uyise wayibona, waba nesihe, wagijima, wayisingatha entanyeni, wayanga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ