2 Samuweli 14:16 - IsiZulu 202016 Inkosi iyokuzwa, iyihlenge incekukazi yayo esandleni somuntu ofuna ukubhubhisa mina nendodana yami efeni, uNkulunkulu asabele lona.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Ngokuba inkosi iyakuzwa, yophule incekukazi yayo esandleni somuntu oyakungichitha mina nendodana yami efeni likaNkulunkulu.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202416 Ngoba inkosi iyolalela ukuze isindise inceku yayo esandleni somuntu ozongibhubhisa kanye nendodana yami efeni likaNkulunkulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngakho-ke inkosi yami, inkosi uSawule, mayizwe amazwi enceku yayo. Uma kunguSimakade okwenza ukuba umelane nami, makawamukele umnikelo, kodwa uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaSimakade, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingabi nenhlanganyelo efeni likaSimakade, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’