Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 13:32 - IsiZulu 2020

32 UJonadaba, indodana kaShimeya, umfowabo kaDavide, waphendula, wathi: “Inkosi yami mayingathathi zonke izinsizwa, amadodana enkosi abulewe, ngoba ngu-Amnoni kuphela ofileyo. Lokhu kwakuyinhloso ka-Absalomu kusukela ngosuku u-Amnoni aphoqa ngalo udadewabo, uThamari.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 UJonadaba indodana kaShimeya umfowabo kaDavide waphendula wathi: “Inkosi yami mayingathi babulele izinsizwa zonke, amadodana enkosi, lokhu ngu-Amnoni yedwa ofileyo; ngokuba lokho kwakunqunyiwe ngomlomo ka-Abisalomu kusukela kulolo suku aphoqa ngalo udadewabo uTamari.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 UJonadaba indodana kaShimeya umfowabo kaDavide waphendula wathi: “Inkosi yami mayingathi babulele izinsizwa zonke, amadodana enkosi; ngokuba ngu-Amnoni yedwa ofileyo, ngokuba njengokwesinqumo sika-Abisalomu kwaqinisekiswa kusukela osukwini aphoqa ngalo udadewabo uTamari.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 13:32
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Esawu wamzonda uJakobe ngenxa yesibusiso uyise ambusisa ngaso. Wazindla enhliziyweni yakhe wathi: “Izinsuku zokulilela ubaba zingafika noma yinini. Uma sezedlule ngizombulala umfowethu uJakobe.”


U-Amnoni wayenomngani, ogama lakhe kunguJonadaba, indodana ka-Shimeya, umfowabo kaDavide. UJonadaba wayengumuntu onobuqili obukhulu.


Ngakho inkosi yami, inkosi, mayingakubeki enhliziyweni yayo ukuthi wonke amadodana enkosi afile, ngu-Amnoni kuphela ofile.”


Sinemihelo ngobubi; sikhulelwe ububi, sizala amanga.


UJese wayesedlulisa uShama. Wathi: “Nalo uSimakade akamkhethanga.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ