Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 13:30 - IsiZulu 2020

30 Kwathi esesendleleni, kwafika izwi kuDavide, lathi: “U-Absalomu uwabulele wonke amadodana enkosi, akusalanga nayinye.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kwathi besesendleleni, kwafika izwi kuDavide, lithi: “U-Abisalomu ubulele onke amadodana enkosi, akusalanga neyodwa yawo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kwathi besendleleni, kwafika umbiko kuDavide, wathi: “U-Abisalomu ubulele wonke amadodana enkosi, akwasala neyodwa kuwo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 13:30
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinceku zika-Absalomu zenza ku-Amnoni njengokuba ayeziyalile u-Absalomu. Asukuma wonke amadodana enkosi, kwayileyo naleyo yagibela umnyuzi wayo, abaleka.


Inkosi yayisisuka, yaklebhula izingubo zayo, yalala emhlabathini, zonke izinceku zayo zema lapho, izingubo zazo ziklebhukile.


Lapho eyibona, waklebhula izingubo zakhe, wathi: “Hawu, ndodakazi yami, waze wangilaya, wangibangela ukuhlupheka okukhulu. Phela ngivule umlomo wami ngakhuluma kuSimakade, manje angisakwazi ukusihoxisa isifungo sami.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ