Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 13:15 - IsiZulu 2020

15 U-Amnoni esekwenzile lokho wamzonda uThamari ngenzondo eyedlula uthando ayenalo ngaye phambilini. U-Amnoni wayesethi kuThamari: “Vuka uhambe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 U-Amnoni wayesemzonda ngenzondo enkulu kakhulu, ngokuba inzondo amzonda ngayo yaba nkulu kunothando akade emthanda ngalo. U-Amnoni wathi kuye: “Vuka uhambe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 U-Amnoni wayesemzonda kakhulu; kangangokuthi inzondo ayemzonda ngayo yaba nkulu kunothando ayemthanda ngalo. U-Amnoni wathi kuye: “Vuka, uhambe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 13:15
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Akavumanga ukulalela izwi lakhe. Ngenxa yokuthi wayenamandla kunaye, wamphoqa, walala naye.


Yena wathi kuye: “Lobu bubi bokungixosha bukhulu kunalokhu okunye okwenze kimi.” Kepha u-Amnoni akavumanga ukumlalela.


Amadodana aseBhabhele eza kuye, alala naye, amngcolisa ngobufebe bawo; kwathi lapho esemngcolisile, amshiya dengwane.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ