Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 13:13 - IsiZulu 2020

13 Mina-ke ngiyoshona kuphi nalelo hlazo na? Nawe usuyofana neziwula zakwa-Israyeli. Ngakho-ke ake ukhulume nenkosi, ngeke ikwenqabele ukuba ungithathe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Mina-ke ngingayaphi nehlazo lami na? Nawe uyakuba njengomunye weziwula zakwa-Israyeli. Ngalokho ake ukhulume nenkosi, ngokuba ayiyikunginqabela nawe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Mina-ke, ngingaliyekelaphi ihlazo lami na? futhi wena, uyoba njengesiwula kwa-Israyeli. Khuluma manje enkosini; ngoba kayikungigodla kini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 13:13
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lalelani lapha, nginamadodakazi amabili aseyizintombi; ngivumeleni ngininikeze wona nizibonele. Inqobo nje uma ningezukuwathinta lawa madoda angenise kwami ngokuba kuyisibopho sami ukuwavikela.”


Kanti-ke nangaphezu kwalokho ungudadewethu okwangempela, sizalwa ndodanye, sehlukene ngomama, nokho-ke ngamenza umkami.


bayoyikhiphela ngasemnyango wendlu kayise intombi, amadoda omuzi ayikhande ngamatshe ize ife, ngokuba yenze ihlazo kwa-Israyeli, yafeba, yahlaza indlu kayise. Uyobukhipha kanjalo ububi phakathi kwakho.


Bhekani, nansi indodakazi yami, eyintombi, nesancinza sale ndoda, ngizakukhipha bona, nenze kubo noma yini eniyibona ilungile emehlweni enu, kodwa kule ndoda, aniyukubenza lobu buwula obuyihlazo.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ