2 Samuweli 10:3 - IsiZulu 20203 Kepha abaholi babantu bakwa-Amoni bathi kuHanuni, inkosi yabo: “Uma ubheka, ucabanga ukuthi uDavide uthumele abazokududuza ngoba ehlonipha uyihlo na? Akungakho yini ukuba izinceku zakhe zizohlola umuzi, bese ziwubhubhisa na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Kepha izikhulu zabantwana bakwa-Amoni zathi kuHanuni inkosi yazo: “Imbala ngokubona kwakho uDavide uthume abaduduzi kuwe ukuba atuse uyihlo na? UDavide akazithumanga yini izinceku zakhe kuwe ukuba ziphenye umuzi, ziwuhlole, ziwuchithe, na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 Izikhulu zabantwana bakwa-Amoni zathi kuHanuni inkosi yazo: “Ingabe ucabanga ukuthi uDavide uyamdumisa uyihlo lokhu ethumele abaduduzi kuwe na? UDavide akazithumanga yini kuwe izinceku zakhe ukuba ziwuhlole umuzi, ziwuhlole, ziwuchithe na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |