Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 1:4 - IsiZulu 2020

4 UDavide wathi kuyo: “Bekuhamba kanjani? Ake ungitshele.” Yaphendula yathi: “Abantu babalekile empini, futhi abaningi bafile; uSawule noJonathani, indodana yakhe, nabo bafile.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UDavide wayesethi kuye: “Bekunjani na? Ake ungitshele.” Wathi: “Abantu babalekile empini, nabantu abaningi bawile, bafa; oSawule noJonathani indodana yakhe bafile nabo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UDavida wasesithi kuye: Kwenze njani? ngiyakuncenga, ungitshele. Futhi waphendula: Ukuthi abantu babaleka empini, futhi futhi abaningi babantu bawa futhi bafa; noSawule noJonathani indodana yakhe bafa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 1:4
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wathi kuyo: “Uvela kuphi na?” Yathi kuye: “Ngiphunyuke enkanjini yakwa-Israyeli.”


UDavide wathi kuleyo nsizwa eyayimbikela: “Wazi kanjani ukuthi uSawule nendodana yakhe bafile na?”


Umuntu owangitshela ukuthi: ‘Bheka, uSawule ufile,’ ecabanga ukuthi ungilethele izindaba ezinhle, ngambamba, ngambulala eZikilagi, ecabanga ukuthi ngizomnika umvuzo ngezindaba ayezilethile.


Lo muntu wathi ku-Eli: “Ngiyilowo osinde ngokulambisa empini namuhla.” U-Eli wathi: “Bekunjani ndodana yami?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ