Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 kwabaseKorinte 7:8 - IsiZulu 2020

8 Nakuba nganidabukisa ngencwadi yami, angizisoli; nakuba ngangizisola, ngokuba ngiyabona ukuthi leyo ncwadi yanidabukisa noma kwaba yisikhathi nje –

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Nakuba nganidabukisa ngencwadi yami, angizisoli; nakuba ngangizisola – ngiyabona ukuthi leyo ncwadi yanidabukisa noma kwaba yisikhathi nje –

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Ngokuba noma ngalidabukisa ngencwadi, angizisoli, nakuba ngiphendukile;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngokuba noma ngalidabukisa ngencwadi, angizisoli, nakuba ngiphendukile;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 kwabaseKorinte 7:8
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Noma ikudabukisile, iyokuhawukela ngobukhulu bobubele bayo.


Ngokuba ngikhulume lokhu kini, inhliziyo yenu isigajwe wusizi.


UJesu wathi kuye okwesithathu: “Simoni kaJona, uyangithanda na?” UPhethro wadabuka, ngokuba wathi kuye ngokwesithathu: “Uyangithanda na?” Wathi kuJesu: “Nkosi, Wena wazi konke, uyazi ukuthi ngiyakuthanda.” UJesu wathi kuye: “Yondla izimvu zami.


Ake nibheke nje ukuthi ukudabukiswa kwenu nguNkulunkulu kwanenza naba nokukhuthala okukhulu kanjani; yebo, nokuziphendulela, ukuthukuthela, ukwesaba, ukulangazela, ukushisekela nokuphindisela. Kukho konke nizibonakalise nimhlophe kule ndaba.


Nakuba nganibhalela, anginibhalelanga ngenxa yothile owonileyo, kodwa ukuze ukukhuthala kwenu ngenxa yethu kubonakaliswe kini phambi kukaNkulunkulu.


UNkulunkulu oduduza abadangeleyo, wasiduduza ngokufika kukaThithu,


hhayi nje ngokufika kwakhe kuphela, kodwa nangokugqugquzela agqugquzeleka ngakho ngani. Wasilandisa futhi ngokungilangazelela kwenu, nangokulila kwenu, nogqozi lwenu ngami; ngaze ngathokoza kakhulu.


manje ngiyathokoza, kungengokuba nadabukiswa, kodwa ngokuba nadabuka kwaba ngukuphenduka, ngokuba nadabukiswa ngokukaNkulunkulu, ukuze ningalahlekelwa lutho ngathi.


“ ‘Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale. Ngakho-ke yiba ngoshisayo, uphenduke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ