2 kwabaseKorinte 3:3 - IsiZulu 20203 Nibonakalisa ukuthi niyincwadi kaKhristu eyenziwe ngokukhonza kwethu, elotshwe hhayi ngoyinki, kepha ngoMoya kaNkulunkulu ophilayo. Ayilotshiwe ezibhebheni zamatshe, kodwa ezibhebheni eziyizinhliziyo zenyama. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 nibonakala ukuthi niyincwadi kaKristu eyenziwe ngokukhonza kwethu, ilotshiwe kungengoyinki* kodwa ngoMoya kaNkulunkulu ophilayo, kungabi sezibhebheni zamatshe kodwa ezibhebheni eziyizinhliziyo zenyama. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible3 njengokuba nibonakalisiwe ukuthi niyincwadi kaKristu esiyikhonzayo, ilotshiwe kungengoyinki kodwa ngoMoya kaNkulunkulu ophilayo; hhayi ezibhebheni zamatshe, kodwa ezibhebheni zenhliziyo zenyama. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 njengokuba nibonakalisiwe ukuthi niyincwadi kaKristu esiyikhonzayo, ilotshiwe kungengoyinki kodwa ngoMoya kaNkulunkulu ophilayo; hhayi ezibhebheni zamatshe, kodwa ezibhebheni zenhliziyo zenyama. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |