Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 kwabaseKorinte 13:2 - IsiZulu 2020

2 Bengishilo ngaphambilini ngesikhathi ngifikile okwesibili, namanje njengalokhu ngingekho, kulabo abekade bonile nakubo bonke abanye, ukuthi nxa ngifika futhi, angiyukuba nasihawu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Besengishilo ngaphambili kulabo abakade bonile nakubo bonke abanye, nakalokhu ngisho ngaphambili – ngisho manje ngingekho, njengalokho ngasho ngikhona ngokwesibili – ukuthi nxa ngifika futhi, angiyikuyekethisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Ngalitshela ngaphambili, ngalitshela njengalokhu ngikhona okwesibili; nanxa ngingekho manje, ngibabhalela abonile ngaphambili nakubo bonke abanye, ukuthi, uma ngibuya, angiyikuyekelela;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngalitshela ngaphambili, ngalitshela njengalokhu ngikhona okwesibili; nanxa ngingekho manje, ngibabhalela abonile ngaphambili nakubo bonke abanye, ukuthi, uma ngibuya, angiyikuyekelela;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 kwabaseKorinte 13:2
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mina ngibiza uNkulunkulu abe ngufakazi emphefumulweni wami, ukuthi nganginiphephisa ngokuba ngingaphindi ngize eKhorinte,


Ngalokho, ngiloba lezi zinto ngingekho, ukuze kuthi uma sengifikile nginganiphathi ngesandla esiqinileyo, ngokwegunya iNkosi eyanginika lona, lokuba ngakhe, ngingabhidlizi.


ukuba lowo muntu anikelwe kuSathane, kubhujiswe umzimba, ukuze kusindiswe umoya wakhe ngosuku lweNkosi uJesu.


Sekungokwesithathu manje ngikulungele ukuza kini; angiyukuba mthwalo kini, ngokuba angifune zinto zenu, kodwa ngifuna nina. Ngokuba akusibona abantwana okufanele baqongelelele abazali, kodwa ngabazali abaqongelelela abantwana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ